Indoda Yamaqiniso

Ukubaluleka Ko Mzimba womuntu

Enye yezinto ezisilimazayo wukungakwazi ukulalela, ukunaka nokulandelela okusuke kwenzeka emizimbeni yethu. Umzimba uyithempeli nesambatho somoya, umoya lo wena onguwona. Awuwona umzimba wena, umzimba yinto nje yesikhasha ekusiza ekutheni ukwazi ukuphila kulomhlaba okwesikhasha, uxhumane nakho konke okukuwon, uphinde wenze okumele ukwenze ngaphi kokuba udlulele esigabeni esilandelayo sempilo. Kubalulekile ukunaka izinto ezenzeka emzimbeni, ungazithathi kancane, ngoba zisuke …

Ukubaluleka Ko Mzimba womuntu Read More »

Impi enkulu ebandayo yokulawulwa kwamandla ezokumbiwa phansi e-afrika

Umbuso waseNtshonalanga obambe i-Afrika ngamasende, usizwa yizinja zawo ezimnyama njengami nawe, ufuhlela lokhu abakubiza ngokuthi ngama-Independent Power Producers & Generator connection process ukuphehla ugesi ngelanga, ngemikhumbi ezobe ihamba olwandle kanye nomoya. Yonke lenqalasizinda akuyona eyethu baNtu base-Afrika, ingeyabo, nokusho ukuthi sizokhokha kakhulu sikhokhela ugesi ngoba u-Eskom uma eshiya phansi ilahle uyobe engasaphehli ugesi yena, kodwa …

Impi enkulu ebandayo yokulawulwa kwamandla ezokumbiwa phansi e-afrika Read More »

Shopping Cart